Ukwamukela lyrics
by MaWhoo
[Verse 1 - MaWhoo]
Nhliziyo yami zifundis'
Ukwamukela
Nhliziyo yami, zifundis’
Ukuthobeka
Ay ngoba lababantu
Bayalimaza ekujuleni
Kwakho bayasikhubaza
Nhliziyo yami zifundis'
Ukwamukela
Nhliziyo yami, zifundis’
Ukuthobeka
Ay ngoba lababantu
Bayalimaza ekujuleni
Kwakho bayasikhubaza
[Chorus - MaWhoo]
Aw ngithi shwele Baba
Shwele mangonile
Lolusizi Baba, lophela
Nini Nkosi
Yehla moy’ ongcwele
Uzosivuselel’ ithemba
Aw leli themba
Aw ngithi shwele Baba
Shwele mangonile
Lolusizi Baba, lophela
Nini Nkosi
Yehla moy’ ongcwele
Uzosivuselel’ ithemba
Aw leli themba
[Verse 2 - Nkosazana Daughter]
Nhliziyo yami zifundis'
Ukwamukela
Nhliziyo yami, zifundis’
Ukuthobeka
Ay ngoba abantu
Abantu bayalimaza
Ekujuleni kwakho
Ayi bayakhubaza
Aw’mina nginethemba
Ukuthi ik’sasa Lami
Al’fani nelabanyе
Mdali ung’size ugcine
Eyami
Ukwazi kwakho
Impilo yami
Ezandlen zakho
Ay iyophеlela
Ukwazi kwakho
Impilo yami
Ezandlen zakho
Ay’ iyophelela
Ukwazi kwakho
Impilo yami
Ezandlen zakho
Ay’ iyophelela
[Chorus - MaWhoo]
Aw ngithi shwele Baba
Shwele mangonile
Lolusizi Baba, lophela
Nini Nkosi
Yehla moy’ ongcwele
Uzosivuselel’ ithemba
Aw leli themba
Aw ngithi shwele Baba
Shwele mangonile
Lolusizi Baba, lophela
Nini Nkosi
Yehla moy’ ongcwele
Uzosivuselel’ ithemba
Aw leli themba
Lyntaba ngaphezulu
Namazulu
Amanzi angaphansi
Ne’mphophoma
Uk’phila ngokomoya
Nokulashwa
Ngokomphefulo
’kwakhiwa ngamazwi
Lyntaba ngaphezulu
Namazulu
Amanzi angaphansi
Ne’mphophoma
Uk’phila ngokomoya
Nokulashwa
Ngokomphefulo
’kwakhiwa ngamazwi
[Chorus - MaWhoo]
Aw ngithi shwele Baba
Shwele mangonile
Lolusizi Baba, lophela
Nini Nkosi
Yehla moy’ ongcwele
Uzosivuselel’ ithemba
Aw leli themba
Aw ngithi shwele Baba
Shwele mangonile
Lolusizi Baba, lophela
Nini Nkosi
Yehla moy’ ongcwele
Uzosivuselel’ ithemba
Aw leli themba