Ngihole lyrics
by Nontokozo Mkhize
[Intro]
Baba ngiza kuwe (Ngilimele)
Baba ngiyazendlala (Ngidukile)
Ngizeneqiniso lami lonke kuwe
Ohhh maye akululanga
[Verse 1]
Lendlela inameva
Lendlela iwumnqansa
Ngidinga ukuholwa ngiboniswe indlela
[Verse 2]
Indlela ibuzwa kwabaphambili
Abaphambili abasekho
Ngicela ungihole Baba
Ngicela ungiluse Baba
Ukuze ngithole inhloso ngami
[Verse 3]
Indlela ibuzwa kwabaphambili
Abaphambili abasekho
Ngicela ungihole Baba
Ngicela ungiluse Baba
Ukuze ngithole inhloso ngami
[Verse 4]
Ungibona nje
Ekhaya ubona owokugcina
Kuningi, kuningi
Namandla ayaphela
[Verse 5]
Kukhathele nomphefumlo
Sengithembe Wena nqaba yami
Ngicela ungihole Baba
Ungibonise indlela yami
Inhloso ngami
[Verse 6]
Indlela ibuzwa kwabaphambili
Abaphambili abasekho
Ngicela ungihole Baba
Ngicela ungiluse Baba
Ukuze ngithole inhloso ngami
[Verse 7]
Indlela ibuzwa kwabaphambili
Abaphambili abasekho
Ngicela ungihole Baba
Ngicela ungiluse Baba
Ukuze ngithole inhloso ngami
[Verse 8]
Indlela ibuzwa kwabaphambili
Abaphambili abasekho
Ngicela ungihole Baba
Ngicela ungiluse Baba
Ukuze ngithole inhloso ngami
[Outro]
Indlela ibuzwa kwabaphambili
Abaphambili abasekho
Ngicela ungihole Baba
Ngicela ungiluse Baba
Ukuze ngithole inhloso ngami