Dali Wam lyrics

by

Pabi Cooper

[Chorus: MaWhoo]
Zingu masithela
Ngiyofika nini le? (Ayi weh yeh yeh)
Ngiyobon’ udali wam' (Ng’fun uk’bon udali wam)
Ng’fun uk’bona isthandwa sam' (Ah ng’fun uk’bona isthandwa sam)
Zingu masithela (Ayi weh leh leh)
Ngiyofika nini le? (ah ng’fun uk’bona dali wam)
Ngiyobon’ udali wam (seng’fun uk’bon isthandwa sam)
Ng’fun uk’bona usthandwa sam' (Ayi weh)
Ng’fun uk’bon isthandwa sam'

[Verse 1: Nkosazana Daughter]
Sweetie my fohloza
Ungenami ngik'thand' imihla yonke
Hhelewe mbube ubaba uyiSiyoni
We mbube ubaba uyiSiyoni

[Verse 2: Pabi Cooper]
Sthandwa iyoh yoh
Ngizo k’bona makuphum’ ilanga (Bona makuphum’ ilanga)
Hamba makilometre ngiza kuwe wena dali
Ngikudinga laph’ eduze sondela lavi wami
Dala ngikhumbula wena sthandwa sami
Sthandwa iyoh yoh
Ngiza kuwe makuphum’ ilanga

[Verse 3: Pabi Cooper]

A B C D E F G H I J K L M N O P Q R S T U V W X Y Z #
Copyright © 2012 - 2021 BeeLyrics.Net